Ngizitholele isigogwana sami esizothile esibiza SIM card nge stater pack. Umuntu uzofa ubumnandi bama 80’s. 😭😭😭
uBaby nangu engena manje ubuya ukuyovota, yabona into yase Ekurhuleni nge service delivery ebhedayo. 😭😭😭
I’m craving girlfriend enesishwapha ilokhu ithi baby ngizoshaya ama squats ngifuna zibe ngakanyana. Ngithi yes babe 😭😭😭
I’m craving ukuba nengane nomXhosa, ayishiye emnyango ekhaya ne note ethi: uzumzise eKoloni xha esekhulile vha. 😭😭😭
I’m craving girlfriend yomSwati ilokhu ithi Mbuso ngiyakutsandza, ngithi ngiyakuva make, ngingasho ukuthi ngiyakutsandza nami. Ize ibone ukuthi ngidlala ngayo, ithi ungudzeveli wena Mbuso. 😭😭😭
I’m craving intombazane eyenze le style esinabo zero esphongo nasenhlafunweni. Ngilokhu ngithi baby siyamosheka thatha nasi styling gel uvuselele. 😭😭😭
Noma ningazivithiza ngotshwala kodwa uSASSA niyomthola uma nina 60 years. Futhi angiboni ukuthi nizofika nina 😭😭😭
Lalela Mama, akuyena uMa wengane yami lo. Ukuthi nje ingane yakhe nengane yami umuntu oyedwa. Ayi futhi amaZulu Joyova oyingcwele. 😭😭😭
Uboke ujule ubheke indoda yakho emehlweni uzobona amanye amantombazane azithobile ahleli phansi. Uyezwa nkanyamba? 😭😭😭
Women need protection - No man can protect what he cannot control! Women don't want to be controlled! Hayi aningizwa 😭😭😭
